A bold, accessible and proudly Zulu platform that tells the stories of its people, in their language, on their terms. As an IOL brand, isolezwe.co.za covers news, sport, politics, community, and ...
UKHONJWE ngenjumbane uhulumeni wasolwa ngokudembesela mayelana nodaba lokusocongwa kwabantu besifazane okubonakala sekuphenduke insakavukela muva nje. Izolo inhlangano iMarch And March ibikade ...
Engozini enyantisa igazi edlule nemiphefumulo yabantu abangu-11 kuN2 eMtubatuba, kubikwa ukuthi bekukhona negoso leqembu lengoma, EzaseMdletsheni, u2 Stabane Dlamini waseHluhluwe. Le ngozi eyenzeke ...
Amaphoyisa aseGauteng aphenya icala lokubulala nokuphanga kulandela ukudutshulwa kowesifazane oneminyaka engu-23 ubudala eTemong, eMapungubwe Street, eThembisa, namuhla ekuseni cishe ngo-05:45.
Ubanjwe ecashe Obuka, eMelmoth, ngoLwesithathu ebusuku umsolwa obefunwa ngamaphoyisa ngamacala okubulawa kwabantu abayisishiyagalolunye eSydenham, eThekwini, ngo-Okthoba ka-2021. Kuthiwa abantu ...
IPHINI likaKhomishana wamaPhoyisa elimisiwe emsebenzini, uLieutenant General Shadrack Sibiya, uvele eNkantolo yeMantshi yaseRandburg, izolo, ngamacala abucayi okudlwengula nokunukubeza ngokocansi.
Amaphoyisa agasele emzini kaNgqongqoshe wamaPhoyisa osekhefini eliyisipesheli, uMnuz Senzo Mchunu, KwaZulu-Natal ngoMsombuluko ntambama ashaqa iselula yakhe. Lokhu kushiwo wumkhulumeli wakhe uMnuz ...
EKUQALENI kwenyanga ezayo kuzobe kuhlangana unyaka ogcwele kwehla emkhunjini izimoto zakwaChangan Motors engaphansi kweJameel Motors eNingizimu Afrika. Noma iyintsha kuleli kodwa baningi abayaziyo ...
Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal (SAPS), uRobert Netshiunda, uthi ukubulawa kwabantu abayi-11 KwaMakhutha, eningizimu yeTheku, kungenzeka ukuthi kubangelwe ukungaboni ngaso linye phakathi ...
Izinkulungwane zabantu zibuthene enkundleni yezemidlalo eMzisho ukuvalelisa indodana yakwaDlamini, uScebi owaziwa kakhulu ngeleNkosi Yamagcokama. Le nsizwa ithola uthando enhlizweni yabaningi ngomculo ...
Kwavela ukuthi umphakathi usuphila ngokuthi uphakelwe amanzi ngamaloli, kanti ngesikhathi kwenzeka isigameko, kwase kuphele isikhathi eside umphakathi ugcinile ukulethelwa amanzi. Kuthiwa ulaka ...
KUKHONA okusina kujeqeza abanye babadlali baMaZulu FC abangene esiwombeni sesibili ngesikhathi leli qembu laseThekwini, linqoba kwiSiwelele FC emdlalweni weBetway Premiership ngoMgqibelo, eKings Park ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results